Isolezwe nGesonto Sunday

Akusukunywe eKZN kungabi yikwajombigazi

UMA zinganqandeki izigameko zokuqothwa kwabantu ngesibhamu KwaZulu-Natal, lokhu kungaba nomthelela omubi isifundazwe siphenduke iqaqa, abantu babe mathintanyawo ukuletha imali yabo kusona bese kufadabala umnotho ovele ungemuhle. Kusetshenzwe kakhulu ukugeza igama lesifundazwe esike saduma kabi ngesikhathi sodlame lwezombusazwe, lapho okwagobhoza khona igazi.

Uma kuphuma izibalo zobugebengu kuvamile njalo ukuthi isifundazwe sivele njengendawo enenkinga. Izindawo ezingaphansi komkhandlu weTheku,

You’re reading a preview, subscribe to read more.

More from Isolezwe nGesonto Sunday

Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Uzenzile Akakhalelwa
ISIZULU sithi uzenzile akakhalelwa kodwa kukhalelwa uzumekile. Siphinde sithi ohlab’ eyakhe akanqatshelwa. Siqhubeke sithi utshani obulele buvuswa ngomlilo; isalakutshelwa sibona ngomopho. Ngifikelwe yilezi zaga ngesikhathi ngibona bandla uNonku Wil
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
Uthi Bewazi
ISO lenyoni litshe elikhulu ngaphezu komqondo walo. UKUFAKA ushukela lapho usikeke khona kwenza usheshe uphole ekulimaleni. USUKU lwango-Ephreli 11, 1954, yilona olwahlonzwa ngokuthi lwanenga abantu emhlabeni jikelele. IZINKANYEZI zimbalwa kakhulu um
Isolezwe nGesonto Sunday1 min read
OweKhuphuka Uthi Akukho Okuphambene Ngokuwina Imoto Kwenduna Yabalandeli
YIZE izinduna zabalandeli bomculo kamaskandi beziyingxenye yokuhlela umcimbi iKhuphuka Nezakho Maskandi Festival, umhleli wawo uthi akukho okuphambene nomthetho ngokuwina imoto ebivotelwa kwenduna yabalandeli bakaKhuzani, uMvumeleni ‘Rank Manager’ Zw

Related Books & Audiobooks